- Mqungebe,
- Khaba,
- Xongo,
- Sihayo,
- Mehlokazulu,
- Mkhumbikazulu,
- Nonjini,
- Gudlumkhonto,
- Mdonswa,
- Mlambo,
- Bantungwa Abamnyama
Related
Shabalala, Dubazane, Gumbi, Hlophe, Mhlungu, Ngobese
Tshabalala: Mshengu, Donga luka Mavuso, Ngxabalala, Chagwe, Mayaba, Mabhedla, Thapho, Thingisi, Shevi, Bhuqa, Sayiwana, Bhokwe, Samanisi, Mehlwempi, Sagqubha, Magudulela, Ndleko, Mnoniwa, Phikindaba, Nkosikayikho. NB: Lapha amanye amagama awazange abe yizibongo. Dubazane: Mntungwa, Mvelase, Mbulazi Gumbi: Somkhanda, Ndandali, Mdakane, Jele, Mehlenkomo, Ntini, Mlotshwa Jele: Nonyanda, Luvuno Hlophe: Samela, Thumbeza, Khala, Myeni,…
Abantu bakwa Ngobese ukuqhubeka komlando wabo
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwa kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile. Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase…
Impi yaseSandlwane
Impi yaseSandlwane kwakulwa uZulu namaNgisi. Isilo esasibusa kwabe kunguCetshwayo,uJininindi omnyama uzitho simagwegwe kubakayise, ubhulumlilo eNdulinde! Amaqhawe ayekhona: Mkhosana kaMvundlane Biyela Ntshingwayo kaMahole Khona Godide kaNdlela Ntuli Sihayo wakwa Ngabese Zibhebhu kaMaphitha Zulu Mehlokazulu kaSihayo Mkhumbikazulu kaSihayo Mbopha kaWolizibi Hlabisa Hayiyane kaMaphitha Zulu
Leave a Reply