Related posts
Izithakazelo zakwa Cibane Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwa Cibane Cibane, Shongololo, Nongafa Mshebo Nozula kuthethwaBhuluthango !
Cibane clan names & History
Abalesi sibongo batholakala e Ndwedwe (KZN) futhi kulapho benenkosi yabo khona. Kuthiwa babehlobene nabakwa Ngcobo nalapho bekhona bakhelene nesizwe sakwa Ngcobo eMalangeni.Kukhona futhi ubuhlobo obukhona naba Thembu abakhelene nabo e Ndwedwe Uma bethakazela bathi Shongololo elizinyawonyawo ngesaba nokulithinta lizohwaqabala.ngabe siyakudla sesaba imilenzelenze zinyawo zeshongololo aziphumuli Nongafa Dingela Nozula kuthethwa.
Bophela, Bhengu, Dlangalala, Gcwensa, Hlatshwayo
Bophela Hlomuka, Mgidi Dzanibe: Nqolo, Gaba, Mahlambetsha Dlangalala Galu, Nyamenja Gcwensa Mzulwini, Ndimande Gwacela Mbili, Mhlanga Gininda Nyembezi, Shamase Hlela: Madlala, Hangala, Kunene Bhengu Ngcolosi, Jali, Dlabazane, Ngwadi, Shongololo, Nondela, Cibane, Ngwane Goba Jangaza, Mbambo, Magoza Hlengwa Mashasha Biyase Ziqubu, Khathini Hlabisa: Songiya, Ngotsha, Mdinwa, Vilakazi, Somfula Hlatshwayo: Mhayise, Langa,β¦
Thobeka
Izithakazelo zakwa ZANDELE