Zitha Clan Names
Zitha kaLabase,
Ndawonde!
S’bhene senala!
Chochozela!
Nyama yentini!
Wen’owangena esibayeni kwanuk’inyama!
Wangen’exhibeni kwanuk’utshwala!
Madani!
uZitha omuhle omhlophe nangenyawo!
uMakulandela owalandel’ inkosi wayibiyela ngodaka!
KwaZitha akuvalwa ngemivalo kuvalwa ngamakhand’ amadoda!
Omgingqi omphaqeka!
Omahlekeshiyana!
Share this post 
Related posts
Zitha Zith'omunhle nezinyawo zakhe Mageba Nkanyani Nkwinika Ndabezitha Madubandlela Umhlaba, wena kandaba Kasontsikazi kampangazitha kamageba Omuhle nezinyawo zakhe !
ZITHA, LABASE, NDAWONDE, SBHENE SENALA, MNGWENGWE
Zitha, Zith'omunhle nezinyawo zakhe, Mageba, Nkanyani, Nkwinika, Ndabezitha Madubandlela, Umhlaba, wena kandaba, Kasontsikazi kampangazitha kamageba, Omunhle nezinyawo zakhe !
EUNICE
Are Zitha people from Maputo or KwaZulu Natal ?