clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Khumalo Clan Names

Izithakazelo zakwa-Khumalo
Mbulaz’omnyama,
Nina bakaBhej’ eseNgome,
Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba,
Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye,
Lobengula kaMzilikazi,
Mzilikazi kaMashobana,
Shobana noGasa kaZikode,
Zikode kaMkhatshwa,
Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana,
UMkhatshwa wawoZimangele,
UNyama yentini yawoZimangele
Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona,
BaNtungw’ abancwaba,
Zindlovu ezibantu,
Zindlovu ezimacocombela,

Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba,
Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba,
Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo

Previous

Izithakazelo Khuluse Clan Names & Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Khumbuza Clan Names Umlando

39 Comments

  1. Ngyabonga ngavele ngakhumvule ekhaya

  2. Ngicela ukubuza uKhumalo no Nkosi bahlobene ngampela yini noma izithakazelo ezifanayo futhi nakhona uMtungwa?

  3. MaMtungwa amahle ngiyaziqenya ngezithakazelo zakithi ngizithanda ukubhubha.ngithi unwele olude mantungwa

  4. We r very thnkful about t Khumalo clan n praises

    • Zandile Mkwanazi

      Thanks this helped me a lot ❀❀❀❀

  5. Wena owadla umuntu umyenga ngendaba

  6. Ewe Siyabonga kakhulu Mzilikazi…..

  7. Hayi ke wena dadewethu ngicabanga ukuthi banqaba ukuphakelwa wesifazane okwaBulawayo phela nina Mantungwa nizitshela kabi

  8. Minake nginuKhumalo Mtungwa Zikode sanani asonalutho sonumhlambi wezinyamzane uDonda kangakanani yen'entdeni yesandla unganela. NinguMtungwa oluhlaza njenge ngcoshane. Umalala ngesi i avuke ngesi i. Nazo ke Mantungwa amahle

  9. Awu kodwa weMzilikazi ka Mashobane.. #keep calm am also from the khumalo fam.. Mmmmh I love my Surname shame… Am Makhumzy… Siyabonga

  10. Hi how do we advertise here?

  11. Hawemaaaa! hawema hawema yaz I am so proud to be umaMtyngwa I am proud shame ngemvelaphi yami.lezi zithakazelo are so interesting, cool and funny lol. ngyabonga nje ukuthi "banqaba ukudla umlenze kwaBulawayo" maye babecabangeni vele beze bebanika umlenze ukuthi bawudle? lol lOVE YOU ALL BOMZILIKAZI NGAZE NGAJABULA.

    Mbali Khumalo

  12. AKWANDE MANTUNGWA

  13. Mantungwa Amahle ?✊

  14. Mzilikazi ka mashobane

  15. Awu suka madoda zasho zangishaya ngaphakathi ngiyabonga ngokuzazi izthakazelo zakwa Khumalo

  16. siyabonga

  17. Whatsapp 061 868 5163 wenze i-order lakho.

  18. Niyingane Zethu abakwa Zwane nizalwa u Zikode

  19. nice one

  20. im interested in t-shirt for Khumalo, where are u?

  21. Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)

  22. Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)

  23. syabonga, ngukhumalo nami kodwa khona la ngingaboni kahle khona. kuphi ukuthi Mbulazi…..

  24. scelo kubona uMbulazi kuthi yena ungena ngakuphi….. NguKhumalo nami

  25. Ngixolise kwenza iphutha ngibuze ngoMbulazi, Bengifuna kubaza ukuthi thina boKhumalo asishoni kuthi Mjoli KaSinamba?

  26. Ngicela ukubuza ukuthi saqhamuka kanjani isibongo sethu Khumalo

  27. thank you it so good to know your root thank you Mntungwa.

  28. Mantungwa amahle ngiyabonga

  29. thanks bra gladien khumalo from bushbuckridge

  30. Thank you very much i always thought of my self as a coloured but after reading this im touch and feel connected to my zulu side more than ever….Angela Khumalo….it has a good ring to huh!

  31. ngifisa ukwazi ukuthi u Tshembeni uxhuma kanjani kuKhumalo, nginguSiyabonga Khumalo but kwi ID kuno Tshembeni. thank you.

  32. Wamukelekile.

  33. Ngiyabonga yithi labo ngiyajabula

  34. Thank u for izithakazelo zasekhaya. I did not know all of them but ke ngijabule kakhulu ukuthi ngizithole lana thank you so much…….KHUMALO MNTUNGWA MBULAZI…….

  35. ngabe lokhu kusho uku sihlobene no Gasa, Mkhatshwa ,Zikode?

  36. Ngizwa kuvuka usinga. Ngiyaziqhenya ngokuba yiNtungwa elihle. Siyabonga Mageba…uyancomeka umsebenzi wakho.

  37. nami zingishaya ngaphakathi dankie bakwethu… i'm also a khumalo wow.

  38. Thank you for this. I am a Khumalo and izithakazelo zam' zingishaya ngaphakathi!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: