Mzila Clan Praises
mzila,
nyambane,
mzila wezinkomo,
vavolukhulu,
olwangasentimbili lwavungama,
msila wesilo ugoqolo,
nina bakowoza,
nina enagqiza ngesongololo abanye begqize ngobuhlalu,
dadase
Share this post 
Related
UMzila waye yingane kaSoshangane Nxumalo...nguyena owa Sala nobukhosi eMozambique..Kodwa abanye abakhe babuyela kwaZulu ngesikhathi ku khothama uSilo uNgungunyane Nxumalo. Mzila Clan Names Mzila, Nyambane, Mzila wezinkomo, Vavolukhulu, olwangasentimbili lwavungama, Msila wesilo ugoqolo, Nina bakowoza, Nina enagqiza ngesongololo abanye begqize ngobuhlalu, Dadase !
Mzila, Nyambane, Khuzwayo, Dadase, Mzila wezinkomo, Vavolukhulu!
Nkomo, Yengwayo, Nkundlande, Qhude manikiniki, Macaphunana, Khuyane, Ndwandwe, Mzila awulandelwa owulandelayo uyazibambelela, Mantungwa amahle, From zimbabwe
Sibusiso Mthembu
Siyabonga ngomsebenzi oncomekayo wokucwaninga ngemvelaphi yamanga nezibongo zethu ngicela ningicwaningele isibongo sakwa Sibaya noma Sbaya nginibonga kusengaphambili.