Ndlozi,
Linda,
Mjaji Wena Mathetha ngezinyembezi abanye bathetha ngomlomo,
Ucu aluhlangani okhalweni luhlangan’ entanyeni,
Nsibane !
Share this post 
Related
Ndlozi, Nsibande, Linda, Mjaji, Wena owalinda izingwe nezingonyama, Mdlanyoka, Mdluli, Inhlunukuhlangana nenhlabathi kuphumabantu, Hlanga lwami wavelaphi na? Hlanga lwami wavel' Eswatini !!!
Ndlozi Linda butelwayo masikisiki Nyon esindwa iSila sayo Linda mkhonto nSibande,Linda, mjaji Wena owalinda izingwe nezingonyama mdlanyoka Mdluli inhlunukuhlangana nenhlabathi hlangalwami wavelaphi Na? hlangalwami waveleswatini.
NDLOZI CLAN NAMES Ndlozi Linda butelwayo masikisikiNyoni esindwa iSila sayo Linda mkhonto nSibande,mjaji Wena owalinda izingwe nezingonyama mdlanyoka Mdluli inhlunukuhlangana Nenhlabathi hlangalwami wavelaphi Na? Hlangalwami wavela eswatin
Leave a Reply