NTOBELA
DINISA
DADETHU
MANCEDA NGOLULOFU
MATHEKELA NGONYEZ ABANY BETHEKEL NGOBUMNYAMA
SOBAHLE
MACAPHUNAKSALE
Related
Izithakazelo zakwa Ntobela Clan Names
Ntobela Clan Praises Ntobela MvulaneNina bomuvundla ngemvula Nina bantwana angashawa ebusika Ngoba abantwana bazoba nomnqanqazela Nina bakwaliqanda lejijiji Nibohamba nigoduke Ningabindwa yithambo ezizweni Nina enivala ngamakhanda Emunyangoβ¦β¦ Inkosi ayiqedwa!! Nami lezithakazelo ngazithatha kumama ongizalayo kodwa bengicela onomubuzo angibhalele kuma comments.
Ntobela Clan names β‘
Ntobela Phosho Zindela Mjokwane kaNdaba Dinisa akudinwanga thina kodwa isibongo Dlukula Dadethu Macaphuna kusale impusela Chakide elaphuma esandleni kumntwan' omncane kwangabindaba zalutho Mathekela ngonyezi abafokazana bethekela ngomnyama Nyawezinhle ezimhlophe qhwa , ezidlela amasakabuli Nenkosi kayiqedwa !
NQOBANI NTOBELA
Ntobela
Dinisa,Dadethu,Zindela,Phosho,Mjokwane,Sihlahlesikhulu,Mashelintombi,Angayidli ayidle ngoba isivumile omakhipha imvubu emanzini, Omathekela ngonyezi abanye bethekela ngamafu,omafuna kubukwa kubukwa omacaphuna kusale,Omancengwa ngoju abafokazana bencengwa ngenhlaba Mjokwane.