clan names ๐Ÿ’› clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Nxumalo Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwa-Nxumalo

Zwide kaLanga,
Ndwandwe, Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle,
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandl’ esimnene,
Somaphunga,
Nonkokhel’abantu bahlatshwe njenge zinkomo!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Nxumalo –
Fonela lenombolo:ย 061 868 5163ย wenze i-oda lakho!ย 

Previous

Mkhatshwa Clan Izithakazelo & History

Next

Mkhonza Clan Izithakazelo & History

20 Comments

  1. lusanda mthembu

    nkabenhle

  2. MINA ngishadele kwa Nxumalo baba wasekhaya washona ngisele nabantwana baba fana angiwazi amasiko abo bayangibuza njalo

  3. The number is on voicemail and I need the Tshirt ASAP

  4. Ungabe samqeda ngoba vele suyamazi leee kosothondose

  5. Sgubudu lami ngiyengeza

  6. Ngiyabonga bo Zwide ngoba bekhona engazazi.

  7. Ndwandwe

  8. Zwide ka Langa

  9. ngiyabonga mina.
    ngiyabathanda ozwide kalanga.

  10. Khona kunjalo kodwa zihlanganisiwe lana, kuhlangene izithakazelo nezibongo zikaZwide okunguye owayevika umkhonto ngesandla….

  11. Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku

  12. Aw madoda oSothondose Mthondowethusi sengisho thina oZwide noMasuku

  13. Osdinane samaphisi. Abangaphiswa uthuvi baphiswa zindaba.

  14. ng'dinga ukwazi zonke izithakazelo zakithi ko nxumalo

  15. Emxolisi angipha ama details wakho ngathi wena wazi kancono…..

  16. Oya. Ay ngavesane ngavukelwa wusinga. Yithi oNkokhelabantu

  17. mmmmhm kodwa koZwide ngyesaba mina aybo li lil li li li li!!!!!!!!!!!!

  18. Wazisho ngavukwa usinga kwathi mangigiye. Ngiyaziqhenya ngokuba okwa Nxumalo. From Nana [email protected]

  19. yizimpela kodwa zyashoda sothondose mthondwethusi frm mxolisi nxumalo kwanongoma

  20. This is wow,uyayshaya lento yokho.4rm nkuleh emandeni. [email protected]

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: