Dlamini (Zizi)
Tag: Ayanda-Dlamini
Dlamini Sibalukhulu clan names
- Sibalukhulu!
- Mdlovu, Magaduzela,
- Magaga kaNsele!
- Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
- Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
- Izwe lafa ngathini na?
- Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ziyatholakala izikibha ezinesithakazelo zakwa Dlamini – Fonela lenombolo:
061 868 5163
wenze i-oda lakho! No Whatsapp please.
Izithakazelo zakwa-Dlamini [Zulu]
Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!