meaning of names ๐Ÿ’› clan names ๐Ÿ’ฏ history

izithakazelo

Tag: Isisu somhambi asingakanani singangenso yenyoni

Isisu somhambi asingakanani singangenso yenyoni meaning

Lapha usuke ubika iphango mntakamkhulu emzini thizeni emvakohambo olude ukuthi ngeke wakuthola yini okokuthiba umshayandawonye.

Isihambi samukela noma yini osipha yona ngisho ngabe kuncane kangakanani .

Isisu Somhambi Asingakanani Singangenso Yenyoni

Incazelo:

Lesi sisho sichaza ukuthi umuntu wokuhamba weneliswa ilokhu anikwa khona / umhambi wamkela noma yini omnika yona.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norรฉn

error: