clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: jozana

izithakazelo zoJozana

Jozana Surname | Jozana Clan Praises

Bhungane, umthimkhulu, umarhogo liyababa njenge tshongwe, isgoloza eskhulu esagoloza kulo dad’boyise untambose, umbhuc’obuthathaka owabhucelwa ekomityini kwaze kwatshona ilanga, uvezi owaveza isbambelelo ngaphesheya kwentaba yatsho imihlambi yamahlubi yasosobala, bathi kwabhungane abavali ngamacango bavala ngamakhanda endoda, thole lesilo, umuntu wasebukhosini noba ngithi isilo ngokwaso, bhungane ka nsele, hlubi elihle, nasele !!!

Izithakazelo zoJozana

Jozana Clan:
Nguququmba ngothuthu
Umda kaSomathanga
Utyelibhaxile uEya
Umboneni
Umancwad’isombuluka njenge Ndlovu
Jozana. Ndate Nohombasi
Msuthu Makhwin’uthi heeh!

Wandimhuna-mhuna sekusile nje undenzanton ndidedele

JOZANA Clan Praises JOZANA Meaning & History

JOZANA : If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names or their history, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Izithakazelo Zakwa Sithole Clan Names

Izithakazelo Zakwa-Sithole

  • Jobe !
  • Mondisa!
  • Phumela phandle ngoba kufudumele
  • Matshana!
  • Mhlakaza nhlansi zingamshisi
  • Ziyoshis’ abalondolozi
  • Maphitha!
  • Mthembu waseGubazi
  • AbaThembu bengabakwaMvelase
  • Ngqikazi zimnyama zingamankankazana
  • Nyama kaMaqoqo
  • Abayidla beyidonsisana
  • Nina bakaMgidi wekhohlwa
  • Nina bakaThakazelwayo
  • Nina bakaMqolo
  • Owadl’ omuny’ umqolo
  • Nina bakaDidiz’ umkhaba
  • Mkhomb’ olwadl’ eminy’ imikhombe
  • Lwandl’ oluhambezintabeni
  • Nina baseQhudeni
  • Jozana olubomvan’ olundakandakana
  • Qomond’ olumantinyane
  • Olubuk’ umuntu lumethembise
  • Sengathi luzomakkhel’ umuzi, kanti phinde!
  • Nina bethole intshwabadeyane
  • Mthiyane Sonomo
  • Nina bakaMkhwawozi
  • Owakhawuz’ Mdod’ akhawuleka
  • Nkomankoman’ ekhawuz’ abalondolozi
  • Nina bakaNyawo zimthende, zimthendelezi.
  • Ngweny’ edlel’ ohawini
  • Nina baseNyongweni
  • Chakijana kaGezindaka
  • Suka bekhuluma!
  • Bhande kaMtshiba
  • Mahamba!
  • Ngokuhamb’uyeSwazini!
  • Luhuluhulu!
  • Nyokeni!
  • Nina baseLangeni!
  • Nin’ enabulal’ abathakathi njengoShaka
  • Nadlula nawel’ uThukela
  • Nina bakwaMgwayiza oyinsimbi engagobi!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: