Tag: Maduna Page 1 of 2
Maduna, Nokhala, Msuthu, Gubevu, Jiyane, Tiba, Salathiso, Nkabinde, Salakulandelwa, Mvelase, Nondunduzela, Nozobotheka ukuthetha, Mpungutye engenamngani, Mandlamakhulu, Sivunguvungu esawisa indoda emhlangeni, Mlambunqolintaba, Gubevu elihle ngempumlo yalo, Gubevu elaqengqeleka kwiintaba zoLundi, lawela umlambo iThukela libhinqe ibheshu, Khala-khulu lokulumla abantwana koonina, wena wawela ngempalazo eyaphalazwa ngamanye amadoda, Madun’edakeni!!!
Isilo senu yiNgwe !
Mna ndingu Maduna, Jiyana, uSalakulandela undibuze kwabandaziyo !
Nazi izithakazelo zakwa Maduna:
Maduna,
Gubevu,
Nokhala,
Mpungushe,
Mandlamakhulu,
Svunguvungu esawisa indoda emahlangeni…
Continue reading>>
Maduna Surname
Gubevu,
Nokhala,
Mpungushe,
Mandl’amakhulu,
Sivunguvung’ esawis’ indoda emahlangeni,
imamba kandidini ngoba ngimesabile,
uNokhala owawela ngempalazo eyaphalazwa ngamadoda,
Maduna omuhle ngekhala lakhe, isilo esinamadevu emlonyeni,
Ngaculende emabalabala njenge ngwe,
Inkomo ezingqukuva azibuyi emzini xa bekulotyolwe ngazo,
Ngub’engcuka aaahhh!!!!!!
Izithakazelo zakwa-Goqo
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,
Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,
Sobahle, Dubandlela
Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,
Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,
Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,
Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!
Leave a Reply