Ithi ingahamba idle udaka

Incazeloโ€”kusho ukuth uma ngabe uhambile noma ungekho ngakini kumele wamukele isimo sakuleyo ndawo oyihambele ungabe usufuna izinto zenzeke ngendlela ezenzekalayo ngakini

Isiboneloโ€”uma uzazi ukuth uyinkosi ngakin(eNyukhasela) ungalindeli ukuthi abantu bakuhloniphe eBergville noma bakuphathise okwenkosi.