meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Mzulwini

Izithakazelo zakwa Ngwazi Ngyazazi..Nazi la!

NGWAZI

Gcumisa,
Gcwensa,
Mzulwini,
Ndimande,
Gebashe,
Ngcaweni,
Mnguni,
Gedeza,
Mnyandu,
Nongalaza,
Mpangazitha,
Gina,
Mhlongo,
Magadlela,
Gininda !!

Izithakazelo Zakwa Mzulwini Clan Names🙌

SHOZI,
GCWENSA, 🙌
NDIMANDE,
THANDA’L THULI,
NHLOKO KAYIVUTHWA IVUTHWA IVUTHWA NGOBA IBASEMLWE NGAMA LONGWE IZINKABI EZINKULU ZABAFOKAZANA.
NDONGA, MSUNMUDE UTHI UNGAMFISHANE UFUZE EKHAYA KONINA !!!

Izithakazelo zakwa Mzulwini Clan Names

Mzulwini Surname info

  • Thandal’thul,
  • dede,
  • Ntondo,
  • makhanjana angavuthwa,
  • avuthwa ngoba ebaselwe ngamalongwe,
  • uma ubase ngezinhlanga uyazihleka nje,
  • umsunu’omude,
  • uthi ungamfishane ufuze ekhaya konina,
  • domadi,
  • mgabhazi,
  • maqoqo,
  • soyinga,
  • abanikazi bezinto zonke!

Impi yosongo kayilwi

Impi yosongo kayilwi

kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe…..baze bashayane ngezandla.

Izithakazelo zakwa Gcwensa Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Gcwensa

Ndimande,
Mzulwini, Shozi,
Dumisa,
Mlokothwa!

Bophela
Hlomuka, Mgidi

Dzanibe:

  • Nqolo,
  • Gaba,
  • Mahlambetsha

Dlangalala
Galu, Nyamenja

Gcwensa
Mzulwini, Ndimande

Gwacela
Mbili, Mhlanga

Gininda
Nyembezi, Shamase

Hlela:

  • Madlala,
  • Hangala,
  • Kunene

Bhengu

Goba
Jangaza, Mbambo, Magoza

Hlengwa
Mashasha

Biyase
Ziqubu, Khathini

Hlabisa:

  • Songiya,
  • Ngotsha,
  • Mdinwa,
  • Vilakazi,
  • Somfula

Hlatshwayo:

  • Mhayise,
  • Langa,
  • Godongwane,
  • Cebisa,
  • Mabhengela,
  • Mgogodlana

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: