Lugojo
Sibaya,
Gojolo,
Ncabande,
Mabuya la kungabuyi khona ndoda !
Luthango !
Tag: Sibaya
Ngicela owazi ngezithakazelo zakwa Sibaya
Ukungapholisi amaseko
Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into
Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)