Izithakazelo zakwa Chonco π
- Chonco,
- Gambushe,
- Shay’imamba,
- Nyongande ziy’emhlubulweni,
- Mabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,
- Wen’ohlab’inkomo wathi iyagxuga kant’uthand’inyama,
- Mfomubi!
- Chonco origin
- Umlando wakwaChonco
- Izindawo ezigcwele abantu bakwa Chonco
- Inkosi yakwaChonco
- Chonco totem
- Ezinye izibongo ezihlobene nabakwaChonco
- Izihlobo ezidukelene – Find your lost relative
King ?
Gambushe, mfomubi
Mfaz'omabele oncelis'ingane ngaphesheya
Nyongade somgand maPhiliphil
Mrs igbo
Also:Shay'Mamba…
Mfomubi!
Sifiso Chonco
Ngithanda ukuthasisela lapho ezithakazelweni zika Chonco
Chonco, Gambushe,
Ntaba enamagquma ngaphezulu,
mpukane eyadla kuqala,
nkomo ezadla umgubane zaphinde zabuyelela,
jomela eladla elinye ijomela ngoba lona ladla elisemazizini,
Mbali ezinganga mathonsi emvula,
mfiso ongafiβ¦Gambushe.
Thembinkosi Chonco
UMgwazi kaqhaqhi abathi begwazana ngemkhonto nina nigwazana ngemphini, okhethibala lokuma. UBhizikazana olubhemugwayi kwezikaNakazi.