Izithakazelo zakwa Gumbi
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Unknown
Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele
Unknown
Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele
Unknown
Yebo uhlobene
Unknown
Enter your reply…uGumede wazala amawele kuthiwa kwakungabonakali ukuthi amawele elodwa lazalwa kahle kwathiwa uPhahla leli elinye ngoba lalicashile kwathiwa iGumbi…so Phahla and Gumbi ama wele azalwa uGumede
Unknown
Ngcela ukbuza ukuthi kuhlangana kanjan uPhahla uGumbi noGu
mede??
Unknown
sanibonani uNtini uhlobene noGumbi?
Unknown
Khohlisa, lethwa, thambo elimanikiniki ulbamb ulququde unike injakazi,scubi kasosiwa
Unknown
Ngicela ukwazi ukuthi umzungezi uhlanganaphi nogumbi ngoba sebeyanda abantu abazibiza ngomzungezi bethi isithakazelo lesi
Unknown
mtwana wasemvokweni,mlomo mnandi
Unknown
kuhlanganaphi uGumbi no P hakathwayo
Unknown
Ngicela ukwazi ukuthi u Phahla ogcina ebalekile kubo kwaGumbi agcine ewele uMthavuma uxhuma phi la. Ngiyazi ukuthi uyasondela la koJele. Muhle umsebenzi. Vusi Gumbi. [email protected]