Izithakazelo zakwa Lushaba
Lushaba
Gumede kaNtanzi
Machol’ amabili anjengawenkosi
Mphalaza
Dlabh’ elidla lingasuli mlomo
nina bakoSmelane ngokumela amanye amadoda,
umkhonto uduma njengezulu,
mbuya yamila esangweni zangena ziyinyathela zaphuma ziyithekelela,
thina esibiyela ngamakhanda amadoda abanye bebe bebe bebiyela ngamahlahla,
nina bakosihhawu inkondlo bayvumile,
ivunywe abaphansi yavunywa abaphezulu,
omtheth wecala namhla kungenacala,
mpangela yamahumane,
MaSwazi amhlophe ngenhliziyo.
MaSwazi Amahle!!!
aww inkosi ayqedwa.
ziyashiwo nangeSiSwati
Mthobisi Lushaba
Ndlovu and lushaba bayizihlobo
Mkhiz
Mangase ngishade umuntu wakwa ndlovu ngu lushaba
Khulekani mdluli
Mdunge
Thembuyise Lushaba
Lushaba is located in Port shepstone originally from Swaziland, Lushaba Owehla ngesilulu, ehamba nomhlambi wezinkomo ebheka amadlelo. Baziwa Ngo Lushaba, ka Deyi, okhayisa, u Khayisa ka Ngcobola, Umfazi akashawa ngenduku, ishawa ngombhono we sidabane
, u Lushaba oka Ngondi. Inkosi ayiqedwa.
Nathiendlovu83@gmail.com Ndlovu
Ngicela ukubuza ngabe uLushaba noNdlovu kuyahlangana yin?
Samukelo
Nami ngiyafisa ukwazi njengoba ngizalwa kwaNdlovu nje.