Mbanjwa ,
Khathini,
Sama,
Ngonono,
Sojobe,
Ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane eziphapha phezulu,
Omancisha kancane ngoba beswele izinkomo,
Nina enaphekwa netshe kwavuthwa itshe kuqala Nina nagongobala.
Share this post 
Related
Mbanjwa,Khathini,Samu,Mayoyoyo,Mancisha kancane,Nina enaphekwa netshe lavuthwa kuqala, nina nagongobala,Lwandle kaluwelwa izinkonjana ezindizela phezulu!
Thina ke singo Mbanjwa o khathini o gutshwa abangawudli umbili odliwa abalandakazi thina basemsingankomo!
Mbanjwa, Khathini, Samelihle, Ngongonono, Mancishana kancane, Nina enaphekwa nelitshe, lavuthwa kuqala nasala nihlaza!
Leave a Reply