Izithakazelo Zakwa Mchunu
Macingwane, Yeyesa, Phakade,
Wena wase Ngonyameni,
Jama ka Silwane,
Nyanda yemi khonto,
Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,
Wena kano Gida ngo Bambo,
Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.
Ndabezitha!
Umlando wabakwa Mchunu
Share this post 
Related
Izithakazelo Zakwa Mchunu Macingwane, Yeyesa, Phakade, Wena wase Ngonyameni, Jama ka Silwane, Nyanda yemi khonto, Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe, Wena kano Gida ngo Bambo, Ezinye izintombi zigida ngomshayelo. Ndabezitha!
Abantu bakwa Mchunu kusengabe Nguni bazinza phakathi kwe Thaleni ne Nkandla no Mzinyathi. Isizwe sakwa Mchunu sagqama ngenkathi kubusa inkosi uDingiswayo kwa Mthethwa, ngaleso sikhathi sabe sibuswa uMacingwane. UMuzi ka Macingwane wabe use Thaleni ubizwa ngokuthi kuse Ngonyameni. Izibongo ezihlobene nabakwa Mchunu u Majola, Mcumane, Ngqulunga no Ndawonde. Ake sibazalanise:β¦
Izithakazelo zakwaMchunu Macingwane, Yeyesa, Phakade, Mnguni wena wase Ngonyameni, Jama kaSilwane Wena kaNogida ngobambo ezinye izintombi zigida ngomshayelo!