Mkhulise Mthiyane
Nina bakwaDambuza
mthabathi
omabhala ngozipho abanye bebhala nge mpensela
osgoloza esmehlabomvu esathi siyambeka kanti syamjamela
Nina enapha umuntu ukudla ngoba nimbona namncisha ngoba ningamboni
Nina bakwa nqamlandwendwe sibheke kwamzilikazi kamashobane
Nina enabiyela ngamakhanda amadoda abafokazana bebiya ngamahlahla.
Nina enavimba amazibuko amabili uThukela noMpofana
Nina enagibela inkomo igijima Nina bakwa Sbindigidi kumangwe Dambuza mthabathi
Nina baselenge
Nina enehla emathibeni indlala ibhokile zibuya ezimbili etsheni lasentshenteka zincuncu eynkulu eziphuza kwezinde iziziba ngoba kwezimfishane zinqundeka imilomo
Banisi bemvula
Mabhele
Mthiyane !!
Share this post 
Related
Mahlaba, Junda, Mbonane, Nhlangambili, Zingaba ntathu ziyachoboka, Abakwa Ndimndwane abadla iminkantsha yamanye amadoda , osilwa ngosana amadoda elwa ngemikhonto, abakwa qanula phansi naphezulu njengezulu, nina besixembe esihle ngoba siphakela ama Junda , nina bakwa Maphanzela, nina bakwa Mcondo.
Makhulukhulu surname Makhulukhulu, Nina Besuthu, Nina ORadebe/Hadebe, Mahlubi Amahle, Hlubini Zimsuthu Bebafokeng, Zintaba zimhlophe Mntungwa, Mabaso Owabasa entabeni, Mntungwa owadla ukhambi laphuma lulinye, Mntungwa owehla wafika entabeni zokhahlamba, asibalekanga, sashiya uthumbu, ngoba ugazi akalahlwa, salahla inkomo, Bantungwa abangcwaba, Zafika Zintathu, Mashiya Amahle, Sasi sihle koMakhulukhulu, KoMofokeng, Sasisipho SiMhlophe koMntungwa, Nina…
Thabede kaJiyane, Gambu, vezi kandaba, mwelase ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomfula nina bakwa mgaga begagasa, dlaba kanohlengela, mlotshwa mkhonto owadlula wadlinyama, nina bakwa ndlebe kazizwa kanti ziyezwa, xwayela, nina abehla ngesilulu ezintabeni zobombo abanye behla ngezinyawo. Nomaswiliswili luphaphe lwempangela, guqabathokoze abafokazana mbizana zotshwala, mqandompofu, ndidane, mchabadankosi ngoba wachabada uNgwane ka-MbiliniMswatomhlophe!…
Leave a Reply