Isibongo sakwaKhomo sidabuka kwaSibiya futhi ehlukene izigatshana naso ngokwaso.
ngizothatha uKhomo Zamisa, ngimshiye uPhambuka nezinye.
Loluhlangothi lukaKhomo lwabaleka ngesikhathi sezimpi zemfecane bayokhosela kwaXhosa bafika baphenduka amampondo, kodwa nakhona babuya bazinze empumalanga duze nenkosi umaKhanya lapho namanje babizwa ngamampondo.
Izithakazelo zakwa Khomo:
Khomo, zamisa, mbundu, yiga, nomenco, ncamuza kancane abanye bencamuza kakhulu, mnyaphane, khomo ongathethi othetha ngoba konakele, sbiya ngezinkomo abafokazana bebiya ngamahlahla.
kukhona noKhomo Phambuka yena esingeke singene manje kuye.
Share this post 
Related posts
Isibongo sakwakhomo sidabuka kwasbiya Sehlukene izigatshana naso ngokwaso, ngizothatha ukhomo zamisa, ngimshiye uphambuka nezinye. Loluhlangothi lukakhomo lwabaleka ngesikhathi sezimpi zemfecane bayokhosela kwaxhosa bafika baphenduka amampondo, kodwa nakhona babuya bazinze empumalanga duze nenkosi umakhanya lapho namanje babizwa ngamampondo. Khomo, zamisa, mbundu, yiga, nomenco, ncamuza kancane abanye bencamuza kakhulu, mnyaphane, khomo ongathethiβ¦
Khomo, sibiya, qwabe, gumede, ndaba, gazu,nandisa, mbende, sotobe, phakathwayo, khathi, zamisa sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla qwabe kamalandela. mnguni. gazu kazembethe zingelwayo. mkhananda owahamba nogodokazi wawela umfolozi kwahhiya. manyelela njengentombi iy'esokeni. khomo!zamisa nina bakankomo isengelwa emaweni, yasengelwa esibayeni akuyona eyakhona. mgxebe kayotho khathi! nandisa sotobe kampangalala! nobiya magamanxane kangobe, ngobeβ¦
Meaning: Khomo is a Sesotho name that translates to "the cow" or "the cattle." Root Word: "Khomo" which means "cow" or "cattle." Etymology: This name is often associated with wealth, abundance, and prosperity in Basotho culture.
Leave a Reply