Izithakazelo zakwaLushozi:
Mnganga
Mpangazitha
Mthiya ngokuthiya abathakathi wathiya neyifunda
Nina belala, elalala nomunwe engquza lavuka lawuncinda lawukhombisilanga.
Khuluse ka Sogodi
Shengelomuntu
Manzini
Ndawombi Gidelankomo
Mnganga ofehlezela okweyhlabathi zolwandle
Mdlamofu awathi udlanyamatane kanti udlisilwane esingadliwa
Mnganga omkhulu
Share this post 
Related
Izithakazelo zakwa Lushozi
Lushozi Clan Praises Gcwensa,Ndimande, Mzulwini,Bhebhula! Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Zondi Whatsapp / call: 061 868 5163 Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400
Izithakazelo zakwa Lushozi Gcwensa, Ndimande, Mzulwini, Bhebhula! Imvelaphi yesibongo by Nontanda Shozi Angibingelele bakwethu nami ngizosika elijikayo ngengakhula ngakuzwa. Mina ngingu Shozi Gidela. Isibongo sethu esikhulu uHlongwa bese ziza nezinye. Abantu baka Mnganga baphuma ka Hlongwa ngamafishane nje bazalwa khona. Njengoba bebizwa ngo Shozi bazalwa indoda ogama layo kungu Langaโฆ
Mbuyazi,Lushozi,Mafukuzela,Nyamazane,Nzwakele,Mbuyisa,Gobhozi,Nyuswa,Ngcobo,Fuze,Mapholoba,Ama-Qadi
Leave a Reply