Izithakazelo zakwa-Mbanjwa
Sokhela,
Nyon’emyama,
Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo,
Gqabela kavezi,
Wena ozalisa abafazi baliwe amadoda abo,
Mzukuzeli ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane ezindizela phezulu,
Mpazela,
Sisho wena nkanyezi yezulu,
Mzekwa,
Galaza,
Magujwa,
Dindela!
Anonymous
Thina bo Khathini , AmaSamo , oMpazela , Wena mancishana kancane . bhath`mane , Choboza
Unknown
This is zulu
Unknown
this is rong thina Singontimela ompethwane ngenxayokuvimba
Unknown
this is rong thina Singontimela ompethwane ngenxayokuvimba
Unknown
Usho thina impela oGebane.