Izithakazelo zakwaMntambo
Nhlangothi
S’hlahl’ekhulu
Cimbishe
Ntethe
Mlondo, Vezi,Β
Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela, Jiyane,
Kweyama!
>> Lalela ngizihaya kamnandi izithakazelo zakwa Mntambo <<
Mntambo brief history
Amantambo azalwa ngqo KwaMashiya amahle, Phantsi kwendlu ka Manyaza ebukhosini bakwaMashiya kahle kahle singabantwana begazi and sidinga wonke umntambo kweli sikhulise umzi wakuthi kubuyele induku yobawomkulu kubanikazi.
Lindiwe
Ngingu Mntambo,ntethe,ungubo aynyathelwa inyathelwa ngabayaziyo ongayaziyo iyadabuka,noveg,jiyane,mncube,nhlangothi
If any 1 knows umlando wakwa Mntambo ngokuthi kuyini Omntambo bekwintlanga eziningi coz bakhona kwa Xhosa,Sotho,Zulu etc.ngicela ukwazi ukuze nami ngizazi
Ngazi nje ukuthi ngazalwa Kwa- Mashu KZN
Noluyolo
Izicibelelo zo Mntambo
Mntambo,ntethe,ocimbithi,Gumbase diyelide, dada libetha manzi ngephiko.
Sindi mbele
Uthini umlando wakwaMtambo
akhona mduna
AMANTAMBO AZALWA LIKHEHLA ELINGU MDUNA ELANGCWATYWA EFRANKLIN NGAPHANTSI KWEDOLOPHU IKOKSTARD.
Zintle
abantu bakwamasilela bahlobana kanjani naba kwamtambo?
Futhi izithakazelo zakwa masilela zithini?
Philani Jiyane eNquthu
abantu bakwa Jiyane nabakwa mntambo bahlobana kanjan
Langa Nkosi
Angicabangi ukuthi bayahlobana ngoba umalumekazi wami ngowakwa mthambo lixhosa Umama owakwa Jiyane li Nguni ke yena