Moyo Clan Names :
Moyo omnyama!
Sayi!
Dewa!
Vumabalanda!
Mageza ngochago abanye begeza ngamanzi!
Qhawe lasendulo elahlalisa uMzilikazi ebukhosini bakhe!
Khumbuza!
Mdlahlezi!
Ntabenkulu engena mnyango!
Isihlahla esithela izithelo ebusika ehlobo siyawohloka.
Nduna zihlala entabeni engakhonjwayo!
Mthunzini!
Mageza amahle athi nxa evela ezintombini ziyazibika!
Sgabade!
Gcabayi!
Mzingwane omnyama olenhliziyo emhlophe njenge hawu likaMzilikazi!
Guquguqu abaguquzela emadolweni kaMzilikazi!
Mambo, butho likaLozi!
Sizwe sikaGwayi, isizwe esiMabhokobhoko, esigcwele ezifihlakalweni jikelele umhlaba wonke!
Ntabakayingenwa.
Ntabenkulu!
Bayethe Moyo!!!
CAROL
CUTE