clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Mthethwa Clan Names & History

Izithakazelo zakwaMthethwa

Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlunu abanye begeza
>> Continue reading <<


Previous

Msweli

Next

Mthimkhulu Clan & Umlando

23 Comments

  1. Nana

    Sanibonani bonyambose CELA ukubuza thina singomthethwa ,nyambose ,mavela ,ezansi ezihlabathini zolwandle kuhluka kanjani kulezi ezinye ezingaphezulu

  2. OngaziwA

    Thank you kuthola izithakazela zendoda boh

  3. Yebo Gagane, kunjalo nje.

  4. ME too uyaz

  5. THANKS BROTHERS AND SISTERS, SO IF MY PRAISE NAME HAS A SURNAME OF MY GIRLFRIEND THAT I WANT TO MARRY WHAT HAPPENS

  6. Tnkx ukthola izithakazelo zam coz bengingazazi zonke bengaz lezo njer ezimbalwa

  7. Ngiyawuthanda umbuzo wakho wena wakithi

  8. UKhubazi uzala uNyambose
    uNyambose azale uMthethwa
    uJobe azale uDingiswayo

    • Luyanda

      Kungani singo ndlovu soyinto eyodwa vele?

  9. Siyaphila dingiswayo

  10. Linjani boNyambose abahle

  11. @Xolani myhethwa Uthi Mageza ngobisi lwenhlunu??? I thought it mageza ngobisi lwenhlu

  12. May I please ask who was Khubaze on the clan names and what was he well known for?

  13. loving the praises as they give me courage when experiencing problems or seat back's,they also make me understand the taboos and totems to be respected and above that they make me understand why at times I act the way I do

  14. Wena wohlanga! Nyambose!

  15. Asbonge

  16. Sanibonani zihlobo zami

  17. Tnx sengiyazazi kahle izithakazelo zami.?

  18. Wow kungsizile ukungena Lana kuningi ebengingakwaz like uMthethwa noMbambo bahlobene tjooooo aksenani coz I wasn't know anything mmmmmmm ngyazisa baThethwa

  19. ngiyengizwe kuthiwa kukhona ukuhlobana phakathi koMthethwa noMbambo, kodwa kukhona umehluko omncane kwisithakazelo esith mageza ngobisi lwenhlunu/lwenhlu.

  20. Brilliant!

  21. acctually besngazaz zonke bt nw we know

  22. Mmm… thanks for posting, where did u get all these? yazi khukhona ebengingazazi!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: