Izithakazelo zakwa-Ndlovu
Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Sthabisiwe
Ngicela isithakazelo sako Ndlovu gegani
Unknown
I will like to get the information about Bongwe ndlovu history and family in bergville.
Unknown
Bakhona yini abkwaS'bhula? Ngizochza ukuthi ngibani ngelinya ilanga.
madodana ndlovu
Ngcela ungichazele
Unknown
Mthombeni bukembu mthinthi wamahashi ntombi zithombela mlenzeni zinye zithombela mfuleni ndebele tebele ka musi kamhlanga gegane owagega ngemlwmbo phansi kwele ndubazi
Mbizeli makhandane Mbokwane
Unknown
Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi
Unknown
Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi
Unknown
Mthombeni bukembu mthinthi wamahashi ntombi zithombela mlenzeni zinye zithombela mfuleni ndebele tebele ka musi kamhlanga gegane owagega ngemlwmbo phansi kwele ndubazi
Mbizeli makhandane Mbokwane
Single Ndlovu
Yithi labo
Unknown
Limqotho lelo iNdlovu yinye.
Yikho phambilini ngibethe ngathi, uMthombeni, Gatsheni, Gabula, Gegana, kungaba ngumuntu labafowabo. Kodwa bonke siyazi ngabakoNdlovu.
Unknown
This comment has been removed by the author.
Unknown
Hello family, Ingabe nabo Olifant no Oliphant kuseyibo na oNdlovu?
Unknown
Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)
Unknown
.
Unknown
Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)
Unknown
Please ngicela iythakazelo zoNdlovu(Mthombeni)
Unknown
I ndlovu iyodwa bakwethu, we must understand that isithakazelo sichaza imvelaphi yomuntu. Njalo isithakazelo sichaza kakhulu ngabantu abenza umehluko kuleso sibongo langendawo maybe aabahamba bahlala kuzo and also it tells us about the characters of those people.
Unknown
NgiwuNdlovu nami but owuMsuthu, asifski Gatsheni kwiZithakazelo, but ngiwuNdlovu phaqa. This surname is too big
Unknown
Ndlov'ezidla ekhaya ngokweswela abelusi
Mpongo ka zingelwayo
Unknown
Sisonke Bhuty lapho.Ndlovu
Unknown
UNdlovu nguNdlovu nje bafowethu yithi abako Dimi noDemazane
mbuso
EZimbabwe kulo Gatsheni, Mthombeni and Gegane
Unknown
Akubona bonke oNdlovu oGatsheni …Khona nalaba bako Zimbabwe ,Swaziland…Lesotho nabakwaZulu.mina ngilona wakwaZulu uGatsheni uboya Benyathi
Unknown
ukuthi oNdlovu woMpongo ngabe lokho kusho ukuthi babe khonze isimame yini?
Mac Donald Temane
We have lost our roots.If we can find them we will find ourselves and Prosper
Unknown
Sikhulu isizwe sako Mthiyane, oMpongo
Unknown
Clearly u not from the branch buthi yaz…..siyabonga buth
Unknown
Yebo Yithi Labo Bafowethu. oGajeni Not oGatsheni.
Unknown
Hi hina lava. Va Ndhlovu, Gatsheni eyakwethu eyidlimithi eyandule. Gatsheni.
Mabonga Khumalo
Hi Torsten, the Zuluring team appreciates your comment…however, its not possible to translate these names to English or any language in a MEANINGFUL way. Have you noticed that even on TV when someone sings praises, they just write "Singing Praises"- they don't translate. Thank you for your comment. Have a good evening.
Unknown
You should translate the meanings of the names as far as that is possible, so that we that have limited knowledge can also learn what they mean.
Unknown
kule Ndlovu yako Gatsheni, Kule Ndlovu yako Gabula, kube le Ndlovu yako Gegane.
UGatsheni, Gabula lo Gegani ngumuntu labafowabo.
Thulani
Is there a way of presenting the existing branches of Ndlovo's that there exists? I am from Bushbuckridge and I am not even able to write in isiZulu (that is if I come from that branch anyway)but I can read and understand what is written here though.
Unknown
kunjalo gatsheni
Unknown
Ngike ngizwe abanye abantu bethi bona NKOMO ZIDL'KHAYA ngok'swela abelusi,ithini into kaZingelwayo akenicacise bafowethu
Unknown
Yithi labo oNgonyama. Ngibathandani, bangenza umuntu ebantwini.
Unknown
Awu yithi labo siyabonga mina bengayazi yonke lento ngazi kuthi Gatsheni boya obenyathi qha ngihlekwa njalo
Unknown
ngicela ezakwa Madubaduba
Unknown
yes i agree no lilo ungena kanjani uMadubaduba,nabo bathi abakwaNdlovu
Unknown
Bandla, o Ndlovu bahlukene kakhulu ngenxa yobukhulu besizwe. Kukhona O Ndlovu, abesuthu bezidwedwe ezibomvu, kanye no Ndlovu ondlangamandla. yisizwe esisodwa kodwa ngokuhamba kwesikhathi nokwanda kwamaqhawe akwaNdlovu kuyenezezelwa ezithakazelweni kanti futhi ngenxa yesidingo sokucacisa imvelaphi yomndeni bese kufakelwa amagama obabamkhulu ukuze kucace igatsha umuntu azalwa kulo. lokho akusho ukuthi usuwuNdlovu ohlukile ngoba sonke singabakwa Gatsheni
Unknown
YITHINAKE LABO OMPONGO ABAKHULU!!!!
Unknown
Yithi labo omagatsheni aww
Unknown
YITHI LABO KE!!!!
Unknown
thanks a lot but bengicela uthi ukwenaba kancane ngathi kukhona okushodayo…ngathi ku nontolwane,bhejobomvu angaz bangena kanjani help me