clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Shezi

Izithakazelo zakwa-Shezi

Dlaba,
Shukulas’, Mnomiya,
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi,
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!

Previous

Mahlalela

Next

Izaga

5 Comments

  1. Yith abantu

  2. yithi labo

  3. Big ups to the shezis ,,I think o shezi ba related nabakwa Hlophe

  4. Inkosi uSgananda iyona eyafukamela isilo sasoNdini,sinenxeba ethangeni,made sigwaziwe sazesalulama,isilo uCetshwayo samklezisa ngokumabela indawo enkulu,nje ngoba namhlanje amaChube enendawo nesizwe esikhulu inkandla yonke

  5. Shezi, Dlaba Omkhulu.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: