Shibase Clan Names | Izithakazelo zakwa Shibase
Shibase
Zondi
Nondaba
Mqathongo
Mancinza
Wena owancinza intombi wayibuyisela esonkeni
Mzekwayo
Gagashe
UMthungwa
uLuqa!
Share this post 
Related
Shibase, Zondi, Nondaba, Mqathongo, Gagashe, Mancinza, Owancinza izintombi wazibuyisela esokeni, Ntombi ezibuya emendweni ngoba zesaba ukuhlupheka, Mzekwayo, uLuqa!
Abantu bakwa Yeni babengabakwa Radebe amahlubi yashintsha ifani yabo yangu Yeni. Kunendoda kwa Radebe igama layo lalingu Yini, uYini wazala intombazane okwathi seyikhulile yagana umuntu igama lakhe elingu "Zondzi" owayezalwa ngu Shibase. U Zondzi wayengabakhonzile abantu futhi eyiphisi ehlale engekho ekhaya. UmaYini ebathanda abantu ehlale egayile abantu beze bavakashe. Bagcina…
Yeni clan names Yeni ! Shibase Gcobakatane Zondi (not related to Nondaba, Gagashe etc ) Mqathongo Mgabhase ! Mzungu Sofeke Nkophe ezinde ngokuqhwebana Qhenya mntomuhle Nduku zinobulongwe basempathweni Ntombi ezibuya emendweni ngokusaba ukuhlupheka Mntungwa ! Nodlelo Shayankomo !
Pinky chebase
Well, on our side they say we are the zizi’s from matatiela
Pinky Chebase
I am from the free state and out surname is chebase, if I can get a person who can maybe let us know where do we originally come from, once asked my granny and she said we are from matatiela. I don’t know if the place is a village, the name of the place is ilitshe la madoda. I want to know where do I originate from.