clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Madlabane

Nkonde Clan Names & History

Izithakazelo zakwaNkonde

Nkonde
Madlabane
Mkhanukwa owakhanuka umhlambi wamaSwati
Wena Wonongula Zenyathi
Esichakachakeni Azigcwali Ziyachichima!

 

Another version for Nkonde clan praises:

madlabane wetindlovu, mabhengu wakhots”emalangabiwena owehla lubombo ngokuhlehletela, wena wamvundla wasiwele,mavongo wesbhamu sakhal’ ekuseni !

Izithakazelo zakwaMadlabane Clan Names

Madlabane Clan Names

Madlabane!

mavuka ndlovu ezidlekhaya ngokuswela abelusi

babambeni bayakeni yibo laba abansika zibuthaka

ubone ngani ngibone ngenjiki isehlelweni nangegazi lehla ngomhlubulo lafika phansi lomelela !

Ntshingila Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Ntshingila

  • madlabane,
  • sphepho,
  • mahemu ezindlovu sinothuli malandela
  • langa liyoshona emavaneni! 

Goqo Clan Names & History

Izithakazelo zakwa-Goqo

Ndaba,

Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,

Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,

Sobahle, Dubandlela

Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,

Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,

Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,

Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: