clan names ๐Ÿ’› clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Makhombothi

Izithakazelo zakwa Stshane Clan Names

Stshane Clan Names | Stshane Surnameย 

Godloza,
Stshane sika Ndaba,
Mvundlane,
Maphephelentsheni owathi itshe liyomsibekela kanti liyomqoba,
Buhlali abulingani bulingana udadewabo unozibiko biko,
Mlungu omnyama ngenkani omhlophe ngenhliziyo,
Mkhandi wezi nsimbi,
MAKHOMBOTHI !!

Makhombothi Clan Praises

Makhombothi
Stchane Sika Ndaba
Godloza
Mvundlane
Maphepheletsheni
Sbankwa esimqhumqhumane
Sithi singo Mahoboshwa Sbangi Indlala

Buhlali abulingani bulingana udadewabo unozibikobiko
Owathi itshe liyomsibekela kanti liyomqoba
Umlungu omnyama ngenkani umhlophe ngenhliziyo

Izithakazelo zakwaMlotshwa Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMlotshwa

Makhombothi,
Ntumbeza kaNtuzi,
Cabuzela onyawo zincane, ziingaba nkulu zifuzโ€™ekhabonina,
Khambule,
Mzilankatha, Shezi,
Magidla!

Khambule-Nkambule
Mncube-Ncube, Mzilankatha, Nkomo, Mlotshwa, Malanelilanga, Magosolo, Mpangazitha, Makhombothi, Dambuza, Mthabathe, Nkambule-Khambule, Silutshana, Mbunda, Maweni, Siyobi, Mthombeni, Madlozi

Khoza
Mlotshwa, Msuthu, Mkhathini, Mancencence, Hlabisa, Ntshingwayo, Mangena, Mlilo, Skhothana, Mabona, Nomageja, Sokhabase, Ntshamase, Ndlandla, Sphandabantwana, Ndlelehambekhaya Eyanqamula kwa Mandlakazi

Sibiya
Sotobe, Gazu, Ndaba, Gumede, Khathi, Manyele onyelela njenge Ntombi iya esokeni, Zethembe, Zingelwayo, Mdladla, Mqeku, Mheqwa, Ngobe, Mxa, Nogwaza, Magamanxa, Mhluzana, Soso, Mthole, Nandisa, Mbede, Mgxebe, Mkhananda, Mpangalala

Jali
Sjongo, Phumela, Ngcolosi, Mpemvu, Mlomunendaba, Mmemezi ka Hlangabeza

Click here to SEE MORE results for related to this surname

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: