clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Phewa

Izithakazelo zakwa Phewa Clan Names

-Phewa
-Ngongoma
-Mvelase
-Mhlakaza Nhlansi Zibashise Abazothayo
-Nina enavela eNyandeni yemikhonto yakwa Mabaso
-Ozintaba zinamabizo njengabantu bonke

Izithakazelo zakwa Phewa Clan Names

Phewa Surname

Phewa,
Mthembu,
Ngongoma,
Mvelase,
Mhlakaza,
Zibashise,
Shongela ka Guda,
Qhudeni,
Gqigqizela,
Weno wavele nyandeni yemikhonto yakwa mabaso
Zintaba zinamabizo njengabantu !

Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka

Undingasthebeni

Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala

#umsuka

Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.

Ukuwotha ubomvu

Ukuwotha ubomvu (umlilo)

lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele

Izithakazelo zakwa Phewa Clan Names

Phewa Surname | Umlando wakwa Phewa

Phewa
Mthembu!
Mvelase!
Wena owavela eNyandeni!
Qhudeni!
Gqigqizela!
Shongela!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: