meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Thole lesilo

Gamedze, Ngonyama, Thole lesilo

Let’s all know our history

Umlando wabakwa Mnyele. Mnyele clan History

Thina singabakwaMbutho abadabuka kwaMzongwana eNdaweni yaseGoxe eMaqanyeni,singabesende likaJalebantwini kaHheli, ubaba osizalayo uSkhunjana owagcina esesele yedwa kwabo,wakhulela ekhabomama wakhe kwaLukhozi khona eGoxe,kwathi ngokukhula kwanda izinqinamba wathutha waya endaweni yaseCentocow lapho amukelwa khona ngezandla ezimhlophe umndeni wakwaJili owabe eyinyanga,wamsiza nangokumfunisa inxiwa agcina elithola endaweni yaseHlane ngaphansi kwenduna uXaba osasendulela kanye nenkosi uDlatiphi kaMadzikane naye osakhothama, uma sithakazela sithi “Mnyele, Mbinyashe, Rhwarhwa, Nciyane, Nondinyane, Noni, Thole lesilo, Mbutho!”

Gangatha Clan Names & History

Gangatha surname clan names & history

ndlangisa,
gcweleka,
thole,
mfingo,
gqagqane,
buzini,
mpondoshe,
thole lesilo,
mzimshe,
mlambo awuwelwa uwelwa zinkonjane zodwa kuba zona zibhabha phezulu !

Gamede Clan Praises & History

Izithakazelo zakwa Gamede

Gamede, Mgele, Mandlakazi, Qhola ngomlotha abanye beqhola ngamakha, Mbewentle mbewemgeliwa engenamakhoba, Thole lesilo, mtimandze, Ntsiye…..MNGONYAMA..!!!!

Izithakazelo zakwa Mngonyama Clan Names Umlando

Mngonyama,
Gamedze,
Juda ka Mgele,
Thole lesilo,
Mandlakazi,
Mshishi, wena owagibela esihlahleni ngoba wesaba ukwena,
Mbewu engenakhoba !!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: