clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Zulu

Izithakazelo zakwa-Zulu

Ndabezitha,
Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda,
Zulu omnyama ondlela zimhlophe,
Wena kaPhunga noMageba,
Wena kaMjokwane kaNdaba,
Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva,
S’thuli sikaNdaba,
S’thuli sikaNkombane,
Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu,
Wena kanogwaja omuhle ngomlenze,
Wena kaMbambelashoba,
Ndabezitha!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Zulu –
Fonela lenombolo: 061 868 5163

 wenze i-oda lakho!

Price: R200 – including delivery

Previous

Zondi

Next

Zuma

20 Comments

  1. Thina BeSilo siyabonga.Ndabezitha Mageba

  2. Zulu Malandela Ndabezitha. Siyabonga Sthulu Sikandaba mahle ama T-shirt

  3. I'm happy to learn about this .. Wena kanogwaja omuhle ngomlenze

  4. This comment has been removed by the author.

  5. Ndabezitha.

  6. Nami ngijabulile mpela ukwazi ngemvelaphi yakwethu

  7. Inyoni engabhabhazi what's the meaning?

  8. Wena kaPhunga noMageba

  9. Thanks

  10. Bengicela ongumhleli waleli blog angithinte kukhona okumele sikubhunge ukuya phambili…..0784443826

  11. Nina BeSilo

  12. Ndabezitha!!

  13. Mangabe kuyakhonakala,ngecela izithakazelo zakwaQwabe mangabe zikhona ezidlula lezi enizifake kulo lesayithi lenu

  14. UNdabezitha no Mageba bashiyena kumbe yinto efanayo?

  15. Ndabezitha!!!

  16. NDABEZITHA!

  17. Ngicela izithakazelo zakwa zikhale

  18. Othi Mageba, wena wendlovu.

  19. Siyabonga bhuti.

  20. ngithokoze kakhulu ngokufunda ngezithakazelo sesintu. imvelaphi yethu. sikhulela eGoli, okuningi asikwazi ngemvalaphi yethu. ngiyabonga. kakhulu! qhuba njalo wandise ulwazi.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: