Mtshali Clan Names
Magalela!
Hlabangane elimhlophe okwezihlabathi zolwandle
Magalela gase njengengonyama
Mantshinga ozilwane zimbili, ingwe nengonyama
Khondlo!
>> Batholakala kuphi abantu bakwaMtshali <<
Share this post 
Related
Abantu bakwa Mtshali batholakala eNtabankulu noma nje manje sebasabalele izwe lonke. U Mtshali uthathelwa ekutshaleni. ake sibalamanise: Mabhedla Mlambo no Mtshali Mkhathini/Jiyane Mkhabisanyathi-Magolwane Khondlo Hlangabeza no Hlabangani Magalela Mantshinga Nsele Mduna Shishi Mandeku Vezi Mdineka Nhlabathi Manzi e Zimbabwe babizwa ngo Hlabangane
Abantu bakwa Mtshali batholakala eNtabankulu noma nje manje sebasabalele izwe lonke. U Mtshali uthathelwa ekutshaleni. ake sibalamanise: MabhedlaMlambo no MtshaliMkhathini/JiyaneMkhabisanyathi-MagolwaneKhondloHlangabeza no HlabanganiMagalelaMantshingaNseleMdunaShishiMandekuVeziMdinekaNhlabathiManzie Zimbabwe babizwa ngo Hlabangane
Izithakazelo zakwaMtshaliMtshali!Hlabangane!Mantshinga!Wen’ ongacoshi nabafokazane!Nsele kaLinda Mkhonto!Khondlo,Gebisa,Mlambo!Ndima kazilingani nezabafokazane!Wena Magalel’ ogasele njengeNgonyama!Wen’ ongene nesikhuni emanzini sivutha,Waphuma naso sivutha futhi!
Leave a Reply