Izithakazelo zakwa Mdabe
Shota,
Phumuza,
Ngalozama,
Bhunu,
Mkhokhobi,
Mavula kuvaliwe!
Related posts
IziThakazelo zakwa Mdabe Clan Names
Mdabe Shota Phumuz'abantu ngamaphiko Ngalo zamaBhunu eziphephezela uboya Mgadezeli wena owuvuka ngokulilelwa wavuka wagijimela isgodo simuka nomfula ecababanga ukuthi inyama Mkhokhobi Mphathazi Nophenge ugqumuza umuntu ngewisa Mavula ovula kuvaliwe !!
Izithakazelo ZakwaMdabe Clan Names
Mdabe, Shota, Mthethwa, Nyambose, Phumuz'maphiko, Mgadazeli, Mkhokhobi mbil'ukhahlela, Squnga esihle sona esizalela masakabuli, Ngalo zamabhunu eziphuphuzela uboya, Nina enabona isigodo siphuphuzela uboya simuka nomfula nagijima nobhushu nithi inyama
Leave a Reply