Izithakazelo zakwaMthembu
Mvelase,
Qhudeni Mvelase,
Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’amathibani,
Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ovel’eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!
Related posts
Mthandazo
Nibowufunda umlando ka mabaso NoMthembuIndodakazi ka Mabaso yagana Kwa Mthembu.Umama lo wangathola indodana okwakufanele ithathe ubukhosi.Ngelinye ilanga wathi angateta lomama wakwa Mabaso,ethole intombazane,kwavele kwanyonyobiswa umntwana womfana esingazi ukuthi wayezelwe wubani evela ekhaya kwa mabaso kwathiwa uzelwe yilomama.Kwathiwa lomama wakwa Mabaso uthole amawele.Basola kodwa abantu ngoba lomntwana womfana wayekhulile kunalo dadewabo.Kodwa ekugcineni wabusa.Besaba ukukhononda kuyise uMabaso ngoba wayesatshwa endaweni futhi ethakatha.Wagcina londodana mbumbulu ethathe ubukhosi. Mina ngisafuna ihubo lakwa Mthembu lokujabula nelokukhala.Ncedani.
Muzi Mthembu
Nami Mvelase, ngingajabulo ukuthola ihubo lakwaMthembu.
Unknown
Jama kasjadu nogwaja omuhle ngemilenze ndina qhudeni…mnisi wemvula ilanga libalele
Unknown
umthembu noJama uhlobene? cz ubaba ongizalayo udla amasi kwaJAMA(uwumshana)
Jabulani Mthembu
Nami ngingakuthokozela ukwazi ihubo lakwaMthembu
Vuyani Mncadi
My surname is Mncadi. I'm in search of my people. Are you still alive?
Wayne Mncadi
Yes were are there my brother
Unknown
No asihlobene nakancane,thina iNkosi yakwaMthembu u Ngoza eyakwa Tembe ubani
Mthandazo
Zihlobene bafo.UMabhudu waba nabantwana ababili,uTembe no mthembu.uTembe waphokophela enyakatho neqembu lakhe.UMthembu wasala lana emzansi.Thina sonke sibizwa ngamagama alamadoda amabili.Abasala no mthembu as igama,kwaba abathembu.Abahamba no Tembe as igama kwaba abaka Tembe.So ubaba walamadoda uyedwa.Nokuthi ke kwakungekho okuhlukanisa i so called Mozambique nomzansi.Until kuxabana Ama brithani ne portugal .Bavuka nje bacabanga ukuthi benze i border ehlukanisa Umzansi ne Mozambique.Okuzokusiza ukwazi amakhosi ngokulandelana kwawo.Ungaqhamuki nje usubiza uNgoza kanti kunabadala kunaye{geonology).Asifundeni bakwethu.UMthembu usabalele i Afrika yonkana kodwa ngokuhamba kwesikhathi kuba noshintsho oluncane ngokubizwa.Abanye bagcina bebizwa ngomkhulu walelokhaya.but,lets read. AbakwaXhosa nje abethu.Abo hem hem vela bambhensele.Asingayikhi phezulu.So ngesikhathi sika Ngoza,KwakuwuNgoza.Yingani ufuna kube namakhosi amabili ?
Siboniso Ntokozo Mthembu
Yini amathibane?
Unknown
Mdakazana ompofana wazisho ngagezeka inhliziyo
Unknown
Is Themba related to Tembe?
Unknown
I just found out that I'm Guda how do I go about perfomi amasiko
Unknown
Is Mthembu related to Sithole?Just met Mrs Mthembu but her maiden name is Sithole
historian
Why a bird?
Unknown
The issue of T Shirts is need to be reviewed including the colour as is not a true reflection of who we are. We need an emblem of a bird that symbolises all the abathembu from all walks of life.
Unknown
Hi There .
I need your help please?
Is Mthenjane related to Mvelase?
Thanks.
Unknown
Ngoza wazisho kwezwakala
Unknown
Yes
Unknown
Guys are you zulu or xhosa?
Unknown
Ahhhh eBathenjini abahle…nginithandani zingan zakwethu
Unknown
Musho!
Unknown
Musho!
Unknown
Mthembu, Mkhulisi, qhudeni, ongadla amathibani kobe Indlala iwile, abakhonza begoduka, abangaxakwa ithambo lasemzini
Zamizizwe Mthembu
Mthembu
Gabadele
Mvelase
Qhudeni
Jama ka Mnisi
Mnisi wemvula
Ngoza
Cuphayibambe
Mhlakazanhlansi bayosala becisha abafokazane
Guda kangoza ka Ngwavuma
Wena owathembelenjeni imithi wathi uzosenga ngenxa yokuzingelwa yizitha nabafokazane
Wena owavelenyandeni yakwa Mabaso
Wena ka Guda!
Ndaba!
Wena ongawadli amathibane ungawadla indla indlala iwile ezweni!
Ndab'ongakhothameli amakhosi angakhothama kuyozilwa e Qhudeni!
Mthebobomvu
Myayiza omuhle nezinyawo zakhe!
Wenophuza kwezindiziziba
Uphuzophongolo ways wayophuzeManguza!
Usikhothanyelwa kama Kholokotho ngokukhothanyelwa zintaba zo Bombo no Phongolo
Jama wena owajamela imingcele ka Sobhuza neka Soshangane!
Unknown
I would like to know if Mthembu is related to Mabaso since Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Unknown
Mkhulisi Mthembu mvelase qhudeni nina enavel'enyandeni omakhonz'agoduke abangawadli amathibani bangadla amathibani ingabe indlala iwile abehla nge silulu
Unknown
Mkhulisi Mthembu mvelase qhudeni nina enavel'enyandeni omakhonz'agoduke abangawadli amathibani bangadla amathibani ingabe indlala iwile abehla nge silulu
Unknown
Mkhulisi Mthembu mvelase qhudeni nina enavel'enyandeni omakhonz'agoduke abangawadli amathibani bangadla amathibani ingabe indlala iwile abehla nge silulu
Unknown
Gabadela Mthembu Ongawadli amathibane!! Musho Inkosi ayiqedwa
Unknown
I would like to know if Mthembu and Sithole are somehow related?
Anon
Yes they are related
Unknown
I would like to ask if the Tembe are somehow related to Mthembu.
Unknown
Mvelase owavel'enyandeni
ngoza kamkhubukeli
Ongawadli amathibani
angawadla indlala mayiwile
Thina esathemb'inja imithi sathi izozala sidle amasi
Yithina Ondabezitha
Umthatha wonke izwe labathembu
omadiba, noholomisa
Khumu Bathembu nina basebukhosini
Unknown
I would like to know why one can not find izithakazelo zakwa-Mncadi anywhere on the net
Unknown
Dankie Nkosi yam
Unknown
Bathembu bakithi
Unknown
I want to know if Mthembu is anyway related to uMthembu. I am asking as I have ahd rumours but I have not confirmed such.
Thank you