Tag: Magasela
Mlangeni
Magasela
Swaz’elihle
Sacolo
Mzilankatha
Nkosi, Dlamini, Mdephaphane, Sishiya, Madondo, Gama
Sidwaba siluthuli sithi singancwaba size nomlandakazi,
Nina bemushaya bemugedeza, Nina abakwamathanga amhlophe,
Nina abakwachoboza umhlanga kuvuleke indlela,
Nina eningavali emnyango nivala ngamakhanda amadoda,
Ndlovu ezidl’ekhaya ngokuswela abelusi,
Sdlubula dlwedlwe sakwanobamba,sithi sibapha sibe sibadlungulisa,
Swaz’elihle wena owavela kusenelanga,
Wena owawela ubombo ngokuhlehlezela,
Nsingizi eyakhala nenhla nomfula Gasela,
Ngwane kaSobhuza kaSomhlolo kaWawawa
Swaz’elihle
Magasela ® clan names. Magasela Surname Meaning Magasela Origin. Magasela History
The meaning, origin and history of the Magasela surname is not listed.
This surname is prevalent in South Africa.
Leave a Reply