Zikalala
ZIKALALA, KHUZENI, KHUZE ELIKHULU, WENA KAM’DODA, MHAYISE, WENA KAM’MTIBITIBI !
Tag: Mhayise
Mhayise ยฎ clan names. Mhayise Surname Meaning ๐ Mhayise Origin. Mhayise History
The meaning, origin and history of the Mhayise surname is not listed.
This surname is prevalent in South Africa.
Izithakazelo zakwa Hlatshwayo
Mhayise wakolanga,
Ngwanya,
Siyendana,
Cebisa kaMabhengeda,
Ugid’gogweni ovala emnyango ngamakhanda amadoda,
Mgogodlana !
Nina enanqoba ibutho lakwaGob’izembe,
Ngele !
Ihubo lakwa Hlatshwayo:
โWabulala amakhosi, ingwe yohlanga
Mana nkonyane yohlanga,
Ungwanya bamazi izwe lonke, izwe lonke
Nkonyane yamaNgwanya, bayethuka
Soka siwashise amankengane, sicwecwa izizweโ
Izithakazelo zakwa Hlatshwayo ๐ Hlatshwayo Clan Names and brief history
Abantu bakwa Hlatshwayo bahlobene nabakwa Ngwane nabase Swazini.
Ulibo lwabo luhamba kanje:
Mhayise, Langa, Hlatshwayo, Sophikwase, Cebisa, Ngwanya, Mhlaba, Mgogodlane, Siyendane, Muleshe, Mhlaba2, Mgogodlane2 (Swazini)
Indlu yase Bergville:
Mgogodlane, Makhwelela, Shali, Novoyi (Somtseu) Siphiwe, Thulani, Siyendane, Manukuza, Mgezeni, Bambuhlanga.
Indlu yase Gege:
Muleshe, Mahubhu, Velamuva.
Nazi izibongo zakwa Hlatshwayo:
Ngwanya, Siyendane,
Gidogongweni ovalumnyango ngamakhanda amadoda,
Cebisa ka Mbengeshe,
Wena owacebisa amakhosi,
Mhayise wako Langa,
Hlatshwayo abahlabizinkomo zamadoda esibayeni,
Bazidle bangasolwa,
Mgogodlana,
Nina enanqoba ibutho lika Gobizembe,
Ngelengele!
Bophela
Hlomuka, Mgidi
Dzanibe:
- Nqolo,
- Gaba,
- Mahlambetsha
Dlangalala
Galu, Nyamenja
Gcwensa
Mzulwini, Ndimande
Gwacela
Mbili, Mhlanga
Gininda
Nyembezi, Shamase
Hlela:
- Madlala,
- Hangala,
- Kunene
- Ngcolosi,
- Jali,
- Dlabazane,
- Ngwadi,
- Shongololo,
- Nondela,
- Cibane,
- Ngwane
Goba
Jangaza, Mbambo, Magoza
Hlengwa
Mashasha
Biyase
Ziqubu, Khathini
Hlabisa:
- Songiya,
- Ngotsha,
- Mdinwa,
- Vilakazi,
- Somfula
Hlatshwayo:
- Mhayise,
- Langa,
- Godongwane,
- Cebisa,
- Mabhengela,
- Mgogodlana