meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Skotana

Masinda clan names & History

Izithakazelo zakwa Masinda 🙌
Mlilo, Khoza, Mkhathini, Jiyane, Skotana, Mancencence, Ndlandla, Mangena, Mabona  kuvele inyama, Mahlinza wena owahlinza umuntu ephila, Msuthu, Sokhabase, Mjwili, Ndlelehambekhaya, Ndlandla, Hlabisa odlulayo !!

Izithakazelo zakwa Khoza Clan Names

Izithakazelo zakwa-Khoza

Mlotshwa,
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi,
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: