Izithakazelo zakwa Hlongwane Hlongwane Clan Praises
- Ngwane,
- Masumpa,
- Masenga sileka,
- Nduku Zinobulongwe,
- Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
- Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
- Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
- Nina bakaMatiwane,
- Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
- Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!
Zikhona izikibha nama-hoodies
Whatsapp me to order, I’m online.


Leave a Reply