Dunge clan namesΒ
Mnombela,
Mthiyane,
Mzinyathi,
Mdladla,
Bhelu ka makhasa,
Makhaza,
Khebeza,
Sababantu njengenkomo,
Thabel ukufa abanye bethabel ukuphila,
Wena wenkayishane,
Tetemanii,
Wena Ka noxula ngoku ulal izibaya zamadoda!
Tag: Mthiyane Page 1 of 5
Mabanga,
Mthiyane,
Dlodlo,
Sqhelo,
Mpangazitha.
Langa,
Mcinadolo,
Gumede !!
Mabanga, Mthiyane, Ndlodlo, Mpangezitha
Izithakazelo zakwa Mthiyane, Mthiyane Clan Names
Mthiyane,
Sokhulu,
S’khangane,
Mazwi,
Nqoboka,
Dlem’dlemu,
Langel’bomvu,
Wena kaMhawu,
Nontsobo !
>> Umlando wakwaMthiyane <<
Izithakazelo zakwa Khanyile π Khanyile Clan Praises
- Sothole,
- S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
- Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
- Odl’isinkwa esinothotho,
- Mahamba kancane Sogodi,
- Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
- Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
- Ntunjwa kaLanga,
- Mthiyane,
- Ndwandwe,
- Zikode, Mabhuqa,
- Ngwane,
- ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
- Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!