Shibase,
Zondi,
Nondaba,
Mqathongo,
Gagashe,
Mancinza,
Owancinza izintombi wazibuyisela esokeni,
Ntombi ezibuya emendweni ngoba zesaba ukuhlupheka,
Mzekwayo,
uLuqa!
Tag: Nondaba Page 1 of 2
Nondaba,
Swembesi,
Nontonga,
Shabase,
Godla ngambili abafokazane begodla ngasinye !
Izithakazelo zakwa Zondi π Zondi clan praises
Izithakazelo zakwa Zondi π Zondi clan praises
Mtshahe Surname
Mtshahe,
Gubese,
Nondaba,
Mkhumbe,
Makhathini,
Zongozile wen’obhala ngozipho abanye bebhala ngepeni,
Wena owagiya ngese nyamazane abanye begya ngesenkukhu !
Iqhina liphume embizeni
kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe
iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane
imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.