clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nxusa

Izithakazelo zakwa Nxusa Clan Names Umlando

Nxusa Clan Names
Nxusa Mwelase Shakashe somvumase ongaweli ngaZibuko owela ngeMpambose zomfula Bhukula khobo khobo elingadliwa muntu elidliwa yiNkosi kphela Manzi EZulu angaphuzwa aphuzwa inkalankala kphela,lwandle olungawelwa luwelwa izinkonjane …

Izithakazelo zakwa Nxusa Clan Names

Nxusa, Mwelase wena ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,
mlotshwa,
wena owalotshwa ezulwini abanye belotshwa emhlabeni,
Ging’ndlovu,
Mzawezulu !

Nxusa Clan Names Nxusa Clan Praises

Nxusa Clan Names 😍 Nxusa Clan Praises
Nxusa, Mwelase, ongaweli ngazibuko owela ngezimpambuko zomfula, khankase mza wezulu ingabe wake walibona yini izulu nomza wolo? Mgebisa, Sibhaxa, Ngwane

Nxusa clan names

Nxusa mwelase ongaweli ngandlela owela ngempambosi zomfula mazibuko nzima shakasha somvumase wena kabhul’ikhobokhobo sihlahla somnqawe muna manz’ezulu

Izithakazelo zakwa Nxusa Clan Names

Nxusa,
Mwelase,
Lwandle aluwelwa luwelwa izinkonjana zona ezibhabha emafwini !

Ukutshela kwezikaBhoqo

Ukutshela kwezikaBhoqo

Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso.

Umsuka…..ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa ngathi isisu asisenalutho ngaphakathi

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: