meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Category: Izithakazelo Page 65 of 440

Izithakazo Madalane Clan & History

Madalane,
Mlungu,
Mathala,
Mlungu omnyama, umahlala phezulu esaba ukwehla. Khozi olukhipha inhlanzi esizibeni luyibeke enhlabathini ukuthi abadlula ngendlela bayicoshe. Nina abaphendula ukhozi laba uMlungu. Abomcebo negolide. Gaja elikhulu phezulu linciphe ngezansi. Mlungu onamakhala amakhulu, ofinya abambe amakhala ngezandla zombili.
Mlungu,
Mathala.

Shenge clans

Bo Phungashe abashe ngcela ukubuza sihlangana kanjani no Khumalo

Isiduko sakwa nyathi imvelaphi yabo

Bendicela imvelaphi Yama nyathi

Zukulu clan names & History

Zukulu, Yalo, madiba, njomi, Ootshikilana, ncikoza, Mbotho, Baleni

Mzila Clan names

Mzila, Nyambane, Khuzwayo, Dadase, Mzila wezinkomo, Vavolukhulu!

Izithakazelo zakwaNkolongwane

Nkolongwane,
Cindi,
Mahlaba,
Mashinini,
Minyela,
Mafulela,
Gombase,
Skhandisa,
wena waseMsobotsheni !
Msongansimbi,
Dlomo,
Ntozimandla ogawula amadoda ashiye abafazi !
Malamulela,
Kud’elihle,
Masekwane,
wena owahlaba inkukhu ngosungulo wayibeka emusamo, ibandla ladla lasutha !

Iziduko zakwa Banisa & History

*Khathula
*Mbiko
*Madadase
*Nyathela ngeentsimbi abanye
benyathela ngee nyawo
*Gqubutsh’elimpemvu
*S’thebe esima nanga-nanga
sokdlel’intlak’ethokazi
*nokhatshiwe
*Mlomo wesibham!

Izithakazelo zakwaMfekayi

Mfekayi
Ndaba, Mzingeli, wena owakhohlwa ihawu emsamu, lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane ngoba zindizela phezulu, mncwango, khaki, funjwa kaNdaba, somgubela, nhlabathi esikayo esika abantu izandla nezinyawo.

Mngeyana clan & History

Mngeyana, magaduzela JAMA ka sjadu, mzizi, dlangamandla, Nkosi, sibalkhulu!

Izithakazelo zakwaQwabe

Qwabe, Mnguni, Gumede, Khuzwayo, Smamane, Phakathwayo, Malandela owalandela inkomo zamanye amadoda, Mpangazitha, Mnguni kaYeyeye, Khondlo, etc

Page 65 of 440

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: