meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Mpembe

Izithakazelo zakwa Mpembe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Mpembe, if you know Mpembe clan names, you can add them to this blog by clicking here

Itshe lomelele inhlama

Itshe lomelele inhlama

Lesi simo sokukhuluma sisetshenziswa uma kukhulunywa ngokungabibikho kwento noma umuntu……

Kususelwa etsheni lokugaya

Uma ngabe kugaywa itshe lisuke lisebenza lisalele inhlama. Uma itshe lingasasetshenziswa inhlama iyomelela etsheni okusho ukuth akusekho okuyogaywa. Yingakho nomuntu mayethole kungekho bantu athi ngithole itshe lomelele inhlama.

Izithakazelo zakwa Dladla Clan Names

Izithakazelo zakwa Dladla

Mgabadeli,
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi .. Continue reading >>

Izithakazelo zakwa Dladla Clan Names

Izithakazelo zakwa Dladla

Mgabadeli,
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi, Dladla,
Mhlophe, Nyazitha,
Magalel’agoqe njengeshongololo,
Songololo siyakwesaba,
Ngoba wena inezinyawo eziningi,
Ongathinta wena,
Angafa nokufa, fi,
Wena zikhali kazikho zisemsamu koGobone,
wena sandla esembethe imbokodo.
Mgabadeli!

Izithakazelo zakwa-Dladla

Izithakazelo zakwa-Dladla

Mgabadeli,
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi, Dladla,
Mhlophe, Nyazitha,
Magalel’agoqe njengeshongololo!

Izithakazelo zakwa Dladla Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Dladla 😍 Dladla Clan Names

  • Dladla,
  • Mgabadeli,
  • Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
  • Gadlela,
  • Dwala,
  • Mpembe,
  • Mhlophe,
  • Vezi,
  • Mhlophe, Nyazitha,
  • Magalel’agoqe njengeshongololo!

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: