Gcwensa, Ndimande, Mlokothi
Somuhle, Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane, Msunumude mawumfishane ufuze ekhaya konina, Gagamela ingonyama, Manembe.
Tag: Ndimande Page 1 of 2
E Nsthaba! Ndimande kaMdladla, Sonani, ongonanga lutho, Owona ngokushaqa imihlambi yabafokazane, Zulu kalidumi, kubonakala ngomfula ukugcwala, Usihlahla somnqawe nesombhelebhele, abathi besigawula besizingelezela, sanqunda amazembe amadonda, Wena wakomfazi omabele made, owancelisela ingane ngaphesheya komfula, E Ntshaba! That’s all I remember at the moment
MDAKI Clan Names | MDAKE Clan Names
MABIZELA ♡
NDIMANDE
GWAYISE
NDONI
MKHOLO ONSUNDU /OBOMVU KUNYE NEMIHLAMBI YAKHONA ABABONA INYANGA INGAKABONWA MUNTU.
BESAYIZWA NGENONGA;
SEBEBUYA KWAZULU NGOKUZO NYANGA NGOKUBONA UNYEZI UNGAKABONWA WUBANI;
SGUBHU SABETHWA ENTABENI NGOKUSWELA ABABETHI KUNGEKHO MUNTU AZOSIBETHA;
MASHIYA AMAHLE NGEDLEBE ZIPHUMI LANGA;
UMABUYA ANGASABUYI
MKHOLO ONSUNDU INYONI EYAKHALA NGAMANQONDO UMLOMO UHLELI;
UGUBHO LOBETWA NGUBANI KULEZO NTABA LUNGABETWA UGWAYISE UMASHIYA AMAHLE KUNYE NEMI HLAMBI YABO GWAYISE NDONI YAMANZI;
ISIKHANDI SABO NSELE,
MLAMULANKUZI ZIYEKELE ZIBULALANE,
UMABUYA ENGASABUYI !!!
Shodo
Ndimande
amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane.
amaNguni Thonga amathefuya enyakatho mpumalanga okwelika Zulu endaweni umhlabuyalingana lapho ekudabuka khona uSiluma wonkana.
ngokudingiswa
Okwelika Zulu
Thikazi: siluma ndlundlu mambakazi wena owashiyabantu bekubuka izinyawo.
Okwelama swati
Nina enahla udzadze wenu natdzi akamehlo umhlehlo sibhabhakati.
Okwelika Mzilikazi
Omagwazekhuphule kucitheke amasende ndoda.
OkwelamaNdebele
Mthombeni owalala wavuka uthombile.
Okwelika Xhosa
amazawezawe.
Izithakazelo zakwa Siluma
Shodo
Ndimande
Amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane nibahle nezinyawo zenu nina enahla umkadade wabo wathi akanamehlo akananyongo umhlehlo isibhabhakazane O’mahlome endlini wathi akezokuya emashodweni ngoba akashayi kayabulala amazawezawe amhlophe Omagwaze’khuphule kucitheke amas*nde ndoda omabulal’ehleke !
Akulahlwa mbeleko ngakufelwa
Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.
Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana