clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nozulu

Izithakazelo zakwa Nsindane Clan Names

Mbhense owabhensa esihlanjeni

Nyathi emnyama

Nomandla

Nozulu

Sindane osinda ngobethole !

Nozulu Clan Names

Nozulu

oMpafane

oMchumane ndithetha ngabo oKheswa

oNonkosi uthukela uMguni uMsebelele uMbanguba uLwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane zona zimaphiko made!!!

Iqhina liphume embizeni

Iqhina liphume embizeni

kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe

iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane

imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.

Tshabalala:

  • Mshengu,
  • Donga luka Mavuso,
  • Ngxabalala,
  • Chagwe,
  • Mayaba,
  • Mabhedla,
  • Thapho,
  • Thingisi,
  • Shevi,
  • Bhuqa,
  • Sayiwana,
  • Bhokwe,
  • Samanisi,
  • Mehlwempi,
  • Sagqubha,
  • Magudulela,
  • Ndleko,
  • Mnoniwa,
  • Phikindaba,
  • Nkosikayikho.

NB: Lapha amanye amagama awazange abe yizibongo.

Dubazane:

  • Mntungwa,
  • Mvelase,
  • Mbulazi

Gumbi:

  • Somkhanda,
  • Ndandali,
  • Mdakane,
  • Jele,
  • Mehlenkomo,
  • Ntini,
  • Mlotshwa

Jele:

Hlophe:

  • Samela,
  • Thumbeza,
  • Khala,
  • Myeni,
  • Mabhengu,
  • Nteshane,
  • Mnguni

Mhlungu:

  • Ndaba,
  • Mwelase,
  • Molase,
  • Vezi,
  • Masingasilele,
  • Gina,
  • Magadlela,
  • Mthiyane

Ngobese:

  • Mqungebe,
  • Khaba,
  • Xongo,
  • Sihayo,
  • Mehlokazulu,
  • Mkhumbikazulu,
  • Nonjini,
  • Gudlumkhonto,
  • Mdonswa,
  • Mlambo,
  • Bantungwa Abamnyama

Kheswa:

  • Nozulu,
  • Dlungwane,
  • Mnguni,
  • Mchumane,
  • Mpafana,
  • Mpangazitha

Izithakazelo zakwa Kheswa Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Kheswa

  • Kheswa,
  • Mnguni,
  • Nozulu liyasa liyasibekela,
  • Mngun’omuhle wakwaMchumane,
  • Mpofane,
  • Mchumane , Ngelengele,
  • Liyasa liyasibekela,
  • Nozulu, Mpangazitha,
  • Maqhaqhambi wezulu eliphezulu,
  • Izimpofana zawela uThukela nomlazane onameva,
  • Neza Nimachochombela njengekwindla,
  • USuthu Oluzalela izinja lungazalela izinzule luyahlanya!

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: