meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Ntini

Ntini Clan Names

Ntini
Simula
Nontanda
Ndlovu
Khabombonge
Jijiza
Mankomo
Mayeni
Gwabinde
Lungwase
Mphephethwa

Clan names for Mdakane

Izithakazela zakwa Mdakane

Mdakane,
Gumbi,
Mshiza,
Mdukwase,
Somkhanda,
Ntini,
Nkabande!

Umlando wakwa Ntini

UNtini wase Zimbabwe owahamba noMzililazi kaMashobana igama lakhe kwakunguMdonko Ntini, ezalwa noStanka Ntini, babezalwa nguSihwanda Ntini nomama wakoMaphosa. UMdonko wazala namakhosikazi amathathu

Ngingaletha okuningi meningangivumela ukwenza lokho, ngiyabonga..

Umlando wakwa Ntini asikabi nawo okwamanje kodwa kungenzeka ube khona ku-YouTube channel yethu… ivakashele ngokucindezela lapha

Uma unolwazi ofisa lwaziwe ngomlando walesibongo, lubhale lapha ngezansi bese ucindezela ibhathini elibhalwe POST COMMENT

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Izithakazelo zakwa Ntini Clan Names

Ntini
Lugwase
Mphemphethwa
Mnqabula nhliziyo
Mcondo iyancasula yacasula umakhonti
Sndanda
Msuthuh omnyama !!!

Ntini Surname Meaning. Ntini Origin. Ntini History:

Ntini Surname Meaning. Ntini Origin. Ntini History:

The meaning, origin and history of the Ntini surname is not listed.
This surname is prevalent in Zimbabwe.

Izithakazelo Zaka Ntini

Ntini
Mxhele wamakhosi
Mhlekazi wase msekeseni
Mafavuke njengel’dzangamane
Mafayigcwele
Mabonabulawe inyoka leluhlata ungayibona iyakuhlolela
Dongamanzi ngey’mpiko zayo
Wena wasemanti
Wena longadli imfishi usaba kubola

Izibongo zakwa Gumbi

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Gumbi Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Gumbi
Izithakazelo zakwa Gumbi

Prices:
t-shirt: R200 Hoodies: R400

Uqedile ungethole [Solved]

Uqedile ungethole

Lesi simo sokukhuluma sisebenza uma ngabe umuntu esekhulume yonke into okumele ikhulunywe.

Kusukela etholeni uma lincela, uma luluthole kahle ubisi ngisho usungeza uthi uzosenga ngeke usathola lutho lisuke seliqede lonke ubisi.

Tshabalala:

  • Mshengu,
  • Donga luka Mavuso,
  • Ngxabalala,
  • Chagwe,
  • Mayaba,
  • Mabhedla,
  • Thapho,
  • Thingisi,
  • Shevi,
  • Bhuqa,
  • Sayiwana,
  • Bhokwe,
  • Samanisi,
  • Mehlwempi,
  • Sagqubha,
  • Magudulela,
  • Ndleko,
  • Mnoniwa,
  • Phikindaba,
  • Nkosikayikho.

NB: Lapha amanye amagama awazange abe yizibongo.

Dubazane:

  • Mntungwa,
  • Mvelase,
  • Mbulazi

Gumbi:

  • Somkhanda,
  • Ndandali,
  • Mdakane,
  • Jele,
  • Mehlenkomo,
  • Ntini,
  • Mlotshwa

Jele:

Hlophe:

  • Samela,
  • Thumbeza,
  • Khala,
  • Myeni,
  • Mabhengu,
  • Nteshane,
  • Mnguni

Mhlungu:

  • Ndaba,
  • Mwelase,
  • Molase,
  • Vezi,
  • Masingasilele,
  • Gina,
  • Magadlela,
  • Mthiyane

Ngobese:

  • Mqungebe,
  • Khaba,
  • Xongo,
  • Sihayo,
  • Mehlokazulu,
  • Mkhumbikazulu,
  • Nonjini,
  • Gudlumkhonto,
  • Mdonswa,
  • Mlambo,
  • Bantungwa Abamnyama

Kheswa:

  • Nozulu,
  • Dlungwane,
  • Mnguni,
  • Mchumane,
  • Mpafana,
  • Mpangazitha

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: